Yingakho Ngicula Chords by Dumi Mkokstad

  • Post category:SA
  • Post last modified:October 10, 2025

(Verse)
Wangithand′ uJesu
Wangiphakamisa
Wangibek’ endaweni Ephakeme
Yingakho ngicula
Ngihlabelela
Ngob′ uJesu wehla
Wangiphakamisa

(Chorus)
Yingakho ngicula
Ngihlabelela
Ngob′ uJesu wehla
Wangiphakamisa

(Verse)
Jes’ wangifela
Ngiyakholwa
Wamafuka
Ukuze ngikhulule

(Chorus)
Ngiyamuthanda, ngiyamuthanda
Ngiyamuthanda, wangifela
Ngiyamuthanda, ngiyamuthanda
Ngiyamuthanda, wangifela

(Chorus)
Siyabonga, Siyabonga
Siyabonga, Siyabonga
Oh, siyabonga ngothando lwakho

(Chorus)
Wanikela, wanikela
Wanikela, wanikela
Oh, wanikela ngeNdodana yakho