Umoya Kulendawo Chords by Joyous Celebration

  • Post category:SA
  • Post last modified:October 17, 2025

(Chorus)
Ukungena kwami ngeke kufane nokuphuma kwami
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo
Ukungena kwami ngeke kufane nokuphuma kwami
Ngob' umoya kaJehova ukule ndawo (ukule ndawo)
Kunjani weh bangcwele laph’ omunye efakaza
Omunye uyaqiniswa, kuvuswe nokholo lwakhe

(Chorus)
Kanti kunjani weh bangcwele laph’ omunye eshumayela
Isoni siyabuyiswa, sithokoze nabangcwele
Izilimi kuyabuyiswa,
siyathola nemfihlakalo (Hay’ umoya)
Hay’ umoya kaJehova okule ndawo (okule ndawo)

(Chorus)
Amadimoni ayabaleka, kuyaphiliswa nezinhlungu
Hay’ umoya kaJehova okule ndawo
Iinkinga ziyoshabalala, ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo

(Chorus)
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo
Ngob’ umoya kaJehova ukule ndawo