(Verse)
Tshala tshala ngezinyembezi
Tshala tshala ungakhathali
Tshala tshala ngezinyembezi
I Nkos’ iyezwa iyabona
(Chorus)
Tshala tshala ngezinyembezi
Tshala tshala ungakhathali
Tshala tshala ngezinyembezi
I Nkos’ iyezwa iyabona
(Chorus)
uzovuna ngaphezu kokwazi
Wen’ uzothwala (uzothwala umqhele phakade)
Wen’ uzovuna uzovuna ngaphezu kokwazi
Wen’ uzothwala (uzothwala umqhele phakade)
Tshala tshala ngezinyembezi
I Nkos’ iyezwa iyabona
(Verse)
Hlala hlala
Hlal’ eNkosini
Hlala wena hlala ungakhathali
Ngithi hlala
Hlal’ okholweni
Hlal’ okholweni
Ngithi hlala kuyena
(Chorus)
Hlala hlala
Hlal’ eNkosini (ungasuswa yizinto)
Hlala hlala ungakhathali
Ngithi hlala
Hlal’ okholweni
I Nkos’ iyezwa iyabona
(Chorus)
uzovuna ngaphezu kokwazi
Wen’ uzothwala (uzothwala umqhele phakade)
Wen’ uzovuna uzovuna ngaphezu kokwazi
Wen’ uzothwala (uzothwala umqhele phakade)
hlala hlala
Hlal’ okholweni
I Nkos’ iyezwa iyabona