Ngena Nathi Chords by Canaan Nyathi

  • Post category:SA
  • Post last modified:October 15, 2025

(Chorus)
Ngena nathi
Ngena nathi
Ngena nathi
Ungawucishi Umlilo

(Verse)
Wethembile Wena Mdala wezinsuku
Elakho izwi alibuyeli emuva
Ungena nathi
Wena awucishi lowo mlilo
Ngaphakathi kwethu kunomlilo ovuthayo
Ngaphakathi kwethu kunomlilo ophula amaketangu
Ngaphakathi kwethu kunomlilo ovula iminyango
Ungawu cishi lowomlilo

(Chorus)
Ngena nathi
Ngena nathi
Ngena nathi
Ungawucishi Umlilo

(Verse)
Baba sikubonile ku Shadrach, Meshach, no Abednego Jesu
Awukakaze wawucisha lomlilo
Wangena wangena nabo
Awukakaze wawucisha lowomlilo
Baba vulela imvula yemfihlakalo
Sithi phezulu kwabantwana bakho
Sithi ngena, ngena, ngena, ngena
Ngena, ngena, ngena, ngena
Phakamisa isandla uthi ngena

(Chorus)
Ngena nathi
Ngena nathi
Ngena nathi
Ungawucishi Umlilo

(Chorus)
Ohh ohh ohh ohh
Ohh ohh ohh ohh
Ohh ohh ohh ohh
Ungawucishi Umlilo